Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 30:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ningabi njengoyihlo nanjengabafowenu abenza ngokungathembeki kuJehova uNkulunkulu wawoyise, owabanikela babe yinqwaba yencithakalo, njengokuba nibona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ningabi njengoyihlo nabafowenu ababephambuka kuJehova uNkulunkulu wawoyise, waze wabanikela encithakalweni, njengalokhu nibona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Ningafani nokhokho benu nabafowenu abenza okungalungile kuSimakade uNkulunkulu wokhokho babo, waze wabenza into eyesabisayo, njengalokhu nibona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 30:7
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bamelana nenkosi u-Uziya, bathi kuye: “Akukhona okwakho, Uziya, ukushisela uJehova impepho, kodwa kungokwabapristi, amadodana ka-Aroni, abangcweliselwe ukushisa impepho; ngoba wenile; futhi akuyikuba yinkazimulo kaJehova uNkulunkulu.


Ngalokho intukuthelo kaJehova yaba phezu kukaJuda neJerusalema, wabanikela osizini, into eyisimanga, nenhlekiso, njengokuba nibona ngamehlo enu.


Sonile kanye nawobaba, senzile ububi, senzile okubi.


Bangabi njengoyise, isizukulwane esinenkani nesihlubukayo; isizukulwane esingalungisanga inhliziyo yaso, nomoya waso ungagxili kuNkulunkulu.


Ngakho yithi kuyo indlu kaIsrayeli: Itsho njalo iNkosi uJehova; Ningcolisiwe ngokwesiko lawoyihlo na? futhi baphinge ngezinengiso zabo?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ