Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 30:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Inkosi kanye nezikhulu zayo nalo lonke ibandla laseJerusalema bacebisana ukwenza iphasika ngenyanga yesibili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngokuba inkosi yayelulekene nezikhulu zayo nebandla lonke laseJerusalema ukuba bagcine iphasika ngenyanga yesibili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Inkosi yayelulekene nezikhulu zayo nebandla lonke laseJerusalema ukuba bagcine iphasika ngenyanga yesibili,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 30:2
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yebo, iphasika elinjalo lalingenziwanga emihleni yabahluleli ababebusa kwa-Israyeli, nasezinsukwini zonke zamakhosi akwa-Israyeli, namakhosi akwaJuda;


USolomoni wakhuluma ku-Israyeli wonke, ezinduneni zezinkulungwane nezamakhulu, nakubahluleli, nakuzo zonke izikhulu kwa-Israyeli wonke, izinhloko zawoyise.


UHezekiya wathumela kuye wonke u-Israyeli noJuda, walobela o-Efrayimi noManase izincwadi ukuba beze endlini kaJehova eJerusalema, bamenzele uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli iphasika.


Abantu abaningi babuthana eJerusalema ukugubha umkhosi wesinkwa esingenamvubelo ngenyanga yesibili, ibandla elikhulu kakhulu.


Basebehlaba iphasika ngosuku lwetshumi lane lwenyanga yesibili; abapristi lamaLevi baba lenhloni, bazingcwelisa, baletha iminikelo yokutshiswa endlini yeNkosi.


UJosiya wenzela uJehova iphasika eJerusalema, balihlaba iphasika ngosuku lweshumi nane lwenyanga yokuqala.


Lapho kungekho ukululekana, abantu bayawa; kepha ngobuningi babeluleki kukhona ukuphepha.


Ngaphandle kokululekwa imigomo iyajabha, kepha iqiniswa ngobuningi babeluleki.


Ungcono umntwana ompofu ohlakaniphileyo kunenkosi endala eyisiwula engasayikuxwayiswa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ