Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 30:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Bema endaweni yabo njengomthetho wabo ngokomthetho kaMose, umuntu kaNkulunkulu; abapristi bafafaza igazi ababelamukele esandleni samaLevi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Bema ezindaweni zabo njengehlelo labo ngokomthetho kaMose, umuntu kaNkulunkulu; abapristi bafafaza ngegazi elalisesandleni samaLevi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Bema ezindaweni zabo ngokohlelo lwabo, ngokomthetho kaMose, umuntu kaNkulunkulu. Abaphristi bafafaza ngegazi elaliphethwe ngabaLevi ngezandla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 30:16
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lapho ebuka, bheka, inkosi imi ngasetsheni lesikhumbuzo njengokwesimiso, nezikhulu nabamacilongo kanye nenkosi, nabantu bonke bezwe bajabula bebetha amacilongo; u-Athaliya waklebhula izingubo zakhe, wakhala, wathi: “Ngugobe!


NgoMose, umuntu kaNkulunkulu, amadodana akhe abizwa esizweni sakwaLevi.


Inkosi yema endaweni yayo, yenza isivumelwano phambi kukaJehova sokulandela uJehova nokugcina imiyalo yakhe nobufakazi bakhe nezimiso zakhe ngayo yonke inhliziyo yayo nangawo wonke umphefumulo wayo emazwini esivumelwano alotshwe kule ncwadi.


Abahlabeleli, amadodana ka-Asafa, babesesikhundleni sabo ngokomyalo kaDavide, no-Asafa, noHemani, noJeduthuni, umboni wenkosi; nabalindisango balinda emasangweni onke; akufanele baphambuke emsebenzini wabo; kubafowabo amaLevi abalungisela bona.


Kumelwe ahlabe inkunzi phambi kukaJehova, amadodana ka-Aroni, abapristi, alethe igazi, afafaze ngegazi nxazonke ze-altare elisemnyango wetende lokuhlangana.


Lesi yisibusiso uMozisi, umuntu kaNkulunkulu, abusisa ngaso abantwana bakoIsrayeli engakafi.


Ngokukholwa wenza iPhasika nokufafazwa kwegazi, ukuze obhubhisa amazibulo angawathinti.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ