Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 3:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wahlobisa indlu ngamatshe ayigugu ukuze ibe yinkazimulo, igolide laliyigolide laseParvayimi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wayihlobisa indlu ngamatshe ayigugu ukuze ivunuliswe; igolide laliyigolide laseParivayimi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Indlu wayihlobisa ngamatshe ayigugu nangegolide elalivela ePharivayimi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 3:6
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Manje ngawo wonke amandla ami ngilungisele indlu kaNkulunkulu wami igolide lezinto zokwenziwa ngegolide, nesiliva lezinto zesiliva nethusi okwezinto zethusi, insimbi okwezinto zensimbi nokhuni lwezinto ngokhuni; amatshe e-shohamu, namatshe okubekwa, namatshe akhazimulayo, nayo yonke imibala, nazo zonke izinhlobo zamatshe ayigugu, namatshe etshe lemabula ngobuningi.


Labo okwatholwa kubo amatshe ayigugu bawanikela engcebweni yendlu kaJehova ngesandla sikaJehiyeli umGereshoni.


Indlu enkulu wayigcoba ngemisayipuresi, wayinameka ngegolide elihle, wafaka kuyo amasundu namaketanga.


Wayinameka indlu, nemishayo, nezinsika, nezindonga zayo, neminyango yayo ngegolide; namakherubi eqoshwe ezindongeni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ