Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 3:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Umpheme owawuphambi kwendlu, ubude bawo babulingana nobubanzi bendlu, buyizingalo ezingamashumi amabili, nokuphakama kwawo kwakuyikhulu namashumi amabili; walinameka ngaphakathi ngegolide elicwengekileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Umpheme owawuphambi kwendlu ende malungana nobubanzi bendlu wawuyizingalo ezingamashumi amabili, nokuphakama kwakuyikhulu namashumi amabili; wawunameka phakathi ngegolide elicwengekileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Ubude nobubanzi bomphemegumbi owawuphambi kwendlu babungamakhubhithi angama-20, ukuphakama kungamakhubhithi ayi-120; wawuhuqa ngaphakathi ngegolide elicwengekileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 3:4
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umpheme phambi kwethempeli lendlu ubude bawo wawuyizingalo ezingamashumi amabili, njengobubanzi bendlu; ububanzi buyizingalo eziyishumi phambi kwendlu.


Baqala ukungcwelisa ngolokuqala lwenyanga yokuqala, kwathi ngosuku lwesishiyagalombili lwenyanga bafika emphemeni kaJehova; bayingcwelisa indlu kaJehova ngezinsuku eziyisishiyagalombili; baqeda ngosuku lweshumi nesithupha lwenyanga yokuqala.


Wayesengingenisa emphemeni wendlu, walinganisa umnyango wompheme: yizingalo eziyisihlanu ngalapha nezingalo eziyisihlanu ngalapha; ububanzi besango babuyizingalo ezintathu ngalapha nezingalo ezintathu kolunye uhlangothi uleyisi.


UJesu wayehambahamba ethempelini ekhulusini likaSolomoni.


Kwathi isinyonga esisilisiweyo sibambe oPetru noJohane, abantu bonke bagijimela kubo kanyekanye ekhulusini elithiwa elikaSolomoni, bemangele kakhulu.


Ngezandla zabaphostoli kwenziwa izibonakaliso nezimangaliso eziningi phakathi kwabantu; bonke babe nganhliziyonye ekhulusini likaSolomoni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ