Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 3:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Waqala ukwakha ngenyanga yesibili ngosuku lwesibili, ngomnyaka wesine wokubusa kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Waqala ukwakha ngolwesibili lwenyanga yesibili ngomnyaka wesine wokubusa kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Waqala ukwakha ngolwesibili lwenyanga yesibili, ngonyaka wesine wokubusa kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 3:2
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi ngomnyaka wamakhulu amane namashumi ayisishiyagalombili emva kokuphuma kwabantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe, ngomnyaka wesine wokubusa kukaSolomoni kwa-Israyeli, ngenyanga kaSifi, eyinyanga yesibili, waqala. Ukwakha indlu kaJehova.


USolomoni wayeseqala ukwakha indlu kaJehova eJerusalema entabeni yaseMoriya, lapho uJehova abonakala khona kuDavide uyise, endaweni uDavide ayilungisayo esibuyeni sika-Orinani umJebusi.


Lezi ziyizinto uSolomoni aziyalwa ukuba kwakhiwe indlu kaNkulunkulu. Ubude ngezingalo ngokwesilinganiso sokuqala babuyizingalo ezingamashumi ayisithupha, nobubanzi buyizingalo ezingamashumi amabili.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ