Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 3:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Wenza nezinsika ezimbili phambi kwendlu, ukuphakama kwazo kwakuyizingalo ezingamashumi amathathu nanhlanu, nesihloko esasiphezu kwaleyo naleyo sasiyizingalo eziyisihlanu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Wenza ngaphakathi kwendlu izinsika ezimbili, ukuphakama kwazo kwakuyizingalo ezingamashumi amathathu nanhlanu; isihloko esasingaphezu kwaleyo naleyo sasiyizingalo eziyisihlanu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Ngaphambi kwendlu, wamisa izinsika ezimbili ezingamakhubhithi angama-30 ubude, kunesihloko esasiphezu kwaleyo naleyo nsika, esasingamakhubhithi ayisihlanu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 3:15
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izinsika zethusi ezazisendlini kaJehova, nezitsha zokugezela nolwandle lwethusi okwakusendlini kaJehova, amaKaledi akuphahlaza, alithatha kuzo ithusi, alisa eBabele.


Ngokufanayo, uDavide waletha ithusi eliningi eThibhati naseKhuni, imizi yaseHadadezeri, uSolomoni enza ngayo ulwandle lwethusi, nezinsika, nezinto zethusi.


Wenza amaketanga njengekamelo elingaphakathi, wawabeka ezinhloko zezinsika; wenza amabhomu ayikhulu, wawafaka emaketangeni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ