Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 3:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Endlini eNgcwelengcwele wenza amakherubhi amabili abaziwe wawahuqa ngegolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Endlini engcwelengcwele wenza amakherubi* amabili aqoshiweyo; bawanameka ngegolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 Endlini engcwelengcwele wakha amakherubhi amabili aqoshiweyo, wawacaka ngegolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 3:10
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amaphiko amakherubi ayeyizingalo ezingamashumi amabili ubude; elinye iphiko lekherubi laliyizingalo eziyisihlanu, laya odongeni lwendlu; nelinye iphiko laliyizingalo eziyisihlanu ngokufanayo, kuze kufike ephikweni lelinye ikherubi.


Kumelwe wenze amakherubi amabili egolide; ulenze libe ngomsebenzi okhandiweyo, emaceleni omabili esihlalo somusa.


Amakherubi ayakwelula amaphiko awo phezulu, asibekele isihlalo somusa ngamaphiko awo, ubuso bawo bubhekane; emva kwesihlalo somusa kuyakuba ubuso bamakherubi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ