Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 3:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 USolomoni wayeseqala ukwakha indlu kaJehova eJerusalema entabeni yaseMoriya, lapho uJehova abonakala khona kuDavide uyise, endaweni uDavide ayilungisayo esibuyeni sika-Orinani umJebusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 USolomoni wayeseqala ukwakha indlu kaJehova eJerusalema entabeni yaseMoriya, lapho uJehova abonakala khona kuDavide uyise, nalapho eselungisile khona endaweni kaDavide esibuyeni sika-Orinani umJebusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 USolomoni waqala ukwakha indlu kaSimakade eJerusalema, entabeni iMoriya, lapho uSimakade abonakala khona kuyise uDavide, endaweni uDavide ayeyilungisile, esibuyeni sika-Orinani, umJebusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 3:1
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Abrahama waqamba leyo ndawo ngokuthi: INkosi Jire; njengoba kuthiwa kuze kube lamuhla: Entabeni yeNkosi kuzalungiselelwa.


Wathi: “Manje thatha indodana yakho, indodana yakho eyodwa, u-Isaka, oyithandayo, uye ezweni laseMoriya; umnikele khona abe ngumnikelo wokushiswa kwenye yezintaba engizakukutshela khona.


Kwathi ingelosi yelulela isandla sayo eJerusalema ukuyichitha, uJehova wazisola ngobubi, wathi engelosini eyayibhubhisa abantu: “Kwanele, bamba isandla sakho. Ingelosi kaJehova yayisesibuyeni sika-Arawuna umJebusi.


Khona-ke ingelosi kaJehova yayala uGadi ukuba atshele uDavide ukuba uDavide akhuphuke ayokwakhela uJehova i-altare esibuyeni sika-Orinani umJebusi.


UDavida wasesithi: Le yindlu yeNKOSI uNkulunkulu, leli lilathi lomnikelo wokutshiswa likaIsrayeli.


UJohanani wayenguyise ka-Azariya (nguye owayengobupristi ethempelini elakhiwa nguSolomoni eJerusalema).


Waqala ukwakha ngenyanga yesibili ngosuku lwesibili, ngomnyaka wesine wokubusa kwakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ