Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 29:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngomnyaka wokuqala wokubusa kwakhe, ngenyanga yokuqala, wavula iminyango yendlu kaJehova, wayilungisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngomnyaka wokuqala wokubusa kwakhe ngenyanga yokuqala wavula izivalo zendlu kaJehova, wazilungisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Ngonyaka wokuqala wokubusa kwakhe, ngenyanga yokuqala, wavula iminyango yendlu kaSimakade, wayilungisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 29:3
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Ahazi wabutha izitsha zendlu kaNkulunkulu, waphihliza izitsha zendlu kaNkulunkulu, wavala iminyango yendlu kaJehova, wazenzela ama-altare emagumbini onke eJerusalema.


Baqala ukungcwelisa ngolokuqala lwenyanga yokuqala, kwathi ngosuku lwesishiyagalombili lwenyanga bafika emphemeni kaJehova; bayingcwelisa indlu kaJehova ngezinsuku eziyisishiyagalombili; baqeda ngosuku lweshumi nesithupha lwenyanga yokuqala.


Wabangenisa abapristi namaLevi, wababutha esigcawini sasempumalanga;


Bahluthulela izivalo zekhulusi, bacima izibani, kabazange batshise impepha, kabanikelanga iminikelo yokutshiswa endaweni engcwele kuNkulunkulu kaIsrayeli.


Ngoba ngomnyaka wesishiyagalombili wokubusa kwakhe, esemncane, waqala ukufuna uNkulunkulu kaDavide uyise; ngomnyaka weshumi nambili waqala ukuhlambulula uJuda neJerusalema, wasusa izindawo eziphakemeyo, neziqu zemithi, nezithombe ezibaziweyo, nezithombe ezibunjiweyo.


Angiyikubeka okubi phambi kwamehlo ami; ngiyawuzonda umsebenzi wabahlubukayo; ngeke kunginamathele.


Ngosuku lokuqala lwenyanga yokuqala uyakumisa itende lokuhlangana.


Konke isandla sakho esikufumanayo ukukwenza, kwenze ngamandla akho; ngoba akukho msebenzi, nacebo, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.


Kodwa funani kuqala umbuso kaNkulunkulu lokulunga kwakhe; futhi zonke lezi zinto ziyakwenezelwa nina.


ukwembula iNdodana yakhe kimi, ukuze ngiyishumayele phakathi kwabezizwe; masinyane angibuzanga lutho ngenyama negazi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ