Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 28:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 USigri, iqhawe lakwa-Efrayimi, wabulala uMahaseya, indodana yenkosi, no-Ashirikamu umbusi wendlu, no-Elkana owayelandela inkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 UZikiri, iqhawe lakwa-Efrayimi, wabulala uMahaseya, indodana yenkosi, no-Azirikamu umbusi wendlu, no-Elkana owelama inkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 UZikhiri, iqhawe lakwa-Efrayimi, wabulala uMahaseya, indodana yenkosi, u-Azrikamu, umengameli wendlu, no-Elikhana owayelama inkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 28:7
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wamkhwelisa enqoleni yesibili ayenayo; bamemeza phambi kwakhe, bathi: Guqani, wambeka umbusi phezu kwelizwe lonke leGibhithe.


Niphathe esandleni senu imali ephindwe kabili; nemali eyabuyiswa emlonyeni wezikhwama zenu, niyiphathe esandleni senu; mhlawumbe lokhu bekuyiphutha:


Amadoda asethatha leso sipho, aphatha esandleni sawo imali ephindwe kabili, noBenjamini; wasukuma, wehlela eGibithe, wema phambi kukaJosefa.


UPheka indodana kaRemaliya wabulala kwaJuda izinkulungwane eziyikhulu namashumi amabili ngalusuku lunye, bonke bengamadoda anamandla; ngoba bamshiya uJehova uNkulunkulu wawoyise.


Abantwana bakwa-Israyeli bathumba abesifazane abayizinkulungwane ezingamakhulu amabili, amadodana namadodakazi abafowabo, bathatha nempango eningi kubo, bayiletha impango eSamariya.


Ngokuba uMoridekayi, umJuda, wayengowesibili kwenkosi u-Ahashiveroshi, emkhulu phakathi kwabaJuda, wathokozisa uquqaba lwabafowabo, wafuna ingcebo yabantu bakhe, wakhuluma ukuthula kuyo yonke inzalo yakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ