Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 27:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 UJothamu wayeneminyaka engamashumi amabili nanhlanu ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nesithupha eJerusalema; Igama likanina lalinguJerusha, indodakazi kaSadoki.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UJothamu wayeneminyaka engamashumi amabili nanhlanu ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nesithupha eJerusalema; igama likanina lalinguJerusha indodakazi kaSadoki.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 UJothamu wayeneminyaka engama-25 ngesikhathi eba yinkosi. Wabusa iminyaka eli-16 eJerusalema. Igama likanina kwakunguJerusha, indodakazi kaZadoki.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 27:1
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

indodana yakhe u-Amasiya, indodana yakhe u-Azariya, indodana yakhe uJothamu,


Inkosi u-Uziya yayinochoko kwaze kwaba sosukwini lokufa kwayo, futhi wayehlala ezindlini eziningi ngoba yayinochoko; uJothamu indodana yakhe wayephezu kwendlu yenkosi, ahlulela abantu bezwe.


U-Uziya wayeselala koyise, bammbela koyise emhlabathini wokumbela wamakhosi; ngokuba bathi: “Unochoko; uJothamu indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.”


Wayeneminyaka engamashumi amabili nanhlanu ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nesithupha eJerusalema;


Umbono ka-Isaya, indodana ka-Amose, awubonayo ngoJuda neJerusalema emihleni ka-Uziya, noJothamu, no-Ahazi, noHezekiya, amakhosi akwaJuda.


Izwi likaJehova elafika kuHosheya indodana kaBeri emihleni ka-Uziya, noJothamu, no-Ahazi, noHezekiya, amakhosi akwaJuda, nasemihleni kaJerobowamu indodana kaJowashi, inkosi yakwa-Israyeli.


Izwi likaJehova elafika kuMika waseMoreti ezinsukwini zikaJothamu, no-Ahazi, noHezekiya, amakhosi akwaJuda, alibona ngeSamariya neJerusalema.


U-Oziya wazala uJothamu; uJothamu wazala u-Ahazi; u-Ahazi wazala uHezekiya;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ