Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 26:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 U-Uziya wayeneminyaka eyishumi nesithupha ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi ayisihlanu nambili eJerusalema. Igama likanina kwakunguJekólia waseJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 U-Uziya wayeneminyaka eyishumi nesithuha ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi ayisihlanu nambili eJerusalema; igama likanina lalinguJekoliya waseJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 U-Uziya wayeneminyaka eli-16 ngesikhathi eba yinkosi, wabusa iminyaka engama-52 eJerusalema. Igama likanina kwakunguJekhiliya waseJeruselama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 26:3
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wakha i-Eloti, walibuyisela kuJuda, inkosi isilele koyise.


Wenza okulungile emehlweni kaJehova, njengalokho enzile uyise u-Amasiya.


Umbono ka-Isaya, indodana ka-Amose, awubonayo ngoJuda neJerusalema emihleni ka-Uziya, noJothamu, no-Ahazi, noHezekiya, amakhosi akwaJuda.


Ngomnyaka wokufa kwenkosi u-Uziya ngabona iNkosi ihlezi esihlalweni sobukhosi esiphezulu nesiphakemeyo, umphetho wayo ugcwalisa ithempeli.


Izwi likaJehova elafika kuHosheya indodana kaBeri emihleni ka-Uziya, noJothamu, no-Ahazi, noHezekiya, amakhosi akwaJuda, nasemihleni kaJerobowamu indodana kaJowashi, inkosi yakwa-Israyeli.


Amazwi ka-Amose owayephakathi kwabelusi baseThekhowa awabona ngo-Israyeli emihleni ka-Uziya inkosi yakwaJuda nasemihleni kaJerobowamu indodana kaJowashi inkosi yakwa-Israyeli iminyaka emibili ngaphambi kokuzamazama komhlaba.


Niyobalekela esigodini sezintaba; ngoba isigodi sezintaba siyofinyelela e-Asali, yebo, niyobaleka njengoba nabalekela ukuzamazama komhlaba ezinsukwini zika-Uziya inkosi yakwaJuda, futhi uJehova uNkulunkulu wami uyofika, nabo bonke abangcwele kanye nani.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ