Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 26:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ezinye izindaba zika-Uziya, ezokuqala nezokugcina, zalotshwa ngu-Isaya umprofethi, indodana ka-Amose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Ezinye izindaba zika-Uziya, ezokuqala nezokugcina, zalotshwa ngu-Isaya umprofethi, indodana ka-Amose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 Ezinye izindaba zika-Uziya, ezakuqala nezakamuva, zilotshiwe ngu-Izaya umphrofethi, indodana ka-Amose.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 26:22
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yathuma u-Eliyakimi owayengamele indlu, noShebina, umbhali, namalunga abapristi, bembethe indwangu yamasaka, ku-Isaya umprofethi, indodana ka-Amose.


Imilando kaRehobowamu, eyokuqala neyokugcina, ayilotshiwe yini encwadini yomprofethi uShemaya neyomboni u-Ido, ngezizukulwane na? Kwakukhona njalo izimpi phakathi kukaRehobowamu noJerobowamu.


Ezinye izindaba zika-Amasiya, ezokuqala nezokugcina, bheka, azilotshiwe yini encwadini yamakhosi akwaJuda nakwa-Israyeli na?


U-Uziya wayeselala koyise, bammbela koyise emhlabathini wokumbela wamakhosi; ngokuba bathi: “Unochoko; uJothamu indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.”


Ezinye izindaba zikaHezekiya nokulunga kwakhe, bheka, zilotshiwe ebusweni buka-Isaya umprofethi, indodana ka-Amose, naseNcwadini yamakhosi akwaJuda nakwa-Israyeli.


Ezinye izindaba zikaSolomoni, ezokuqala nezokugcina, angithi zilotshiwe encwadini kaNathani umprofethi nasesiprofethweni sika-Ahiya waseShilo nasemibonweni ka-Ido umboni ngoJerobowamu indodana kaNebati na?


Umbono ka-Isaya, indodana ka-Amose, awubonayo ngoJuda neJerusalema emihleni ka-Uziya, noJothamu, no-Ahazi, noHezekiya, amakhosi akwaJuda.


Ngomnyaka wokufa kwenkosi u-Uziya ngabona iNkosi ihlezi esihlalweni sobukhosi esiphezulu nesiphakemeyo, umphetho wayo ugcwalisa ithempeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ