2 iziKronike 26:16 - Contemporary Zulu Bible 202416 Kodwa lapho esenamandla, inhliziyo yakhe yaziphakamisa kwaze kwaba sekubhujisweni kwakhe; ngokuba waphambuka kuJehova uNkulunkulu wakhe, wangena ethempelini likaJehova ukuba ashise impepho e-altare lempepho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Kepha lapho eseziqinisile, inhliziyo yakhe yazikhukhumeza kwaze kwaba ngukubhubha kwakhe, waphambuka kuJehova uNkulunkulu wakhe, wangena ethempelini likaNkulunkulu ukuba ashise impepho e-altare lempepho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202016 Kepha lapho esenamandla, inhliziyo yakhe yaqala ukuzikhukhumeza, waze waziphatha kabi, akethembeka kuSimakade uNkulunkulu, wangena ethempelini likaSimakade washisa impepho e-althare lempepho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |