2 iziKronike 24:20 - Contemporary Zulu Bible 202420 UMoya kaNkulunkulu wehlela phezu kukaZakariya indodana kaJehoyada umpristi, wema phezu kwabantu, wathi kubo: “Usho kanje uJehova, uthi: ‘Neqelani imiyalo kaJehova ukuba ningabi nampumelelo na? ngoba nimshiyile uJehova, naye unishiyile. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE20 UMoya kaNkulunkulu wembesa uZakariya indodana kaJehoyada umpristi; wema ngaphezu kwabantu, wathi kubo: “Usho kanje uNkulunkulu, uthi: ‘Neqelani imiyalo kaJehova ukuba ningabi nampumelelo na? Ngokuba nimshiyile uJehova, naye unishiyile nina.’ ” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202020 UMoya kaNkulunkulu wasibekela uZakhariya, indodana kaJehoyada, umphristi, wema ngaphezu kwabantu, wathi kubo: “Usho kanje uNkulunkulu uthi: ‘Niyeqelani imiyalo kaSimakade, ukuze ningabi nampumelelo na? Ngokuba nimshiyile uSimakade, naye unishiyile.’ ” အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |