Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 24:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Izisebenzi zasebenza, umsebenzi waqedwa yizo, zamisa indlu kaNkulunkulu esimweni sayo, zayiqinisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Zase zisebenza-ke izisebenzi, zalungisa zaqeda ngezandla zazo, zayimisa indlu kaNkulunkulu ngezilinganiso zayo, zayiqinisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 Izisebenzi zasebenza, kwathi umsebenzi wokulungiswa kwayo waqhubeka ezandleni zazo. Zayilungisa indlu kaNkulunkulu yaba sesimeni sayo, zayiqinisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 24:13
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavida wasesithi: USolomoni indodana yami usemncane, uthambile, lendlu ezakwakhelwa uJehova izakuba nkulu kakhulu, ibe ledumo lenkazimulo emazweni wonke; Kanjalo uDavide walungisa kakhulu ngaphambi kokufa kwakhe.


Inkosi noJehoyada bayinika abenza umsebenzi wenkonzo yendlu kaJehova, baqasha abakhi nababazi ukuba balungise indlu kaJehova, nensimbi nethusi kwendlu yokubuyisela uJehova.


Sebeqedile, baletha imali eseleyo phambi kwenkosi noJehoyada, okwakwenziwe ngayo izitsha zendlu kaJehova, izitsha zokukhonza nezokuhlabela kanyekanye, nezinkezo nezitsha zegolide nezesiliva. Banikela ngeminikelo yokushiswa njalo endlini kaJehova zonke izinsuku zikaJehoyada.


Kodwa kwathi lapho uSanibhalati noThobiya nama-Arabhu nabantwana bakwa-Amoni nabase-Ashidodi bezwa ukuthi izindonga zaseJerusalema zazakhiwe nokuthi imifantu isiqalile ukuvalwa, bathukuthela kakhulu.


Bonke abahlakaniphileyo ababewenza wonke umsebenzi wendlu engcwele baphuma, kwaba yilowo nalowo emsebenzini wabo ababewenzile;


Ngubani osele phakathi kwenu owabona le ndlu isenkazimulweni yayo yokuqala? futhi ubona kanjani manje? emehlweni enu alifani nalo njengento engelutho na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ