Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 24:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Zonke izikhulu nabo bonke abantu bajabula, bangenisa, baphonsa emphongolweni, baze baqeda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Zonke izikhulu nabo bonke abantu bathokoza, bayiletha, bayiphonsa emphongolweni, baze baqeda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 Zonke izikhulu nabo bonke abantu bathokoza, bayiletha, bayiphonsa emphongolweni, baze baqeda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 24:10
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abantu bajabula, ngokuba banikela ngenhliziyo, ngokuba bahlabela uJehova ngenhliziyo epheleleyo; nenkosi uDavide yathokoza ngentokozo enkulu.


Kwathi umphongolo walethwa esikhundleni senkosi ngesandla samaLevi, futhi lapho ebona ukuthi imali yayiningi, umbhali wenkosi nenhloko yompristi omkhulu bafika bawuthulula umphongolo. Wayithatha wayibuyisela endaweni yakhe. Bakwenza-ke usuku nosuku, babutha imali ngobunengi.


Bamemeza kwaJuda naseJerusalema ukuba kulethwe umnikelo uMose inceku kaNkulunkulu awubeka phezu kuka-Israyeli ehlane kuJehova.


Uyamhlangabeza othokozayo enze ukulunga, labo abakukhumbulayo ezindleleni zakho; bheka, uthukuthele; ngoba sonile; kukho ukubekezela, njalo siyakusindiswa.


ukuthi ekulingweni okukhulu kosizi, ukuchichima kwentokozo yawo, nobumpofu bawo obukhulu, kwaphumela engcebweni yokuphana kwawo.


Yilowo nalowo makenze njengokunquma kwakhe enhliziyweni yakhe; kungabi ngokudabuka, noma ngokucindezelwa, ngokuba uNkulunkulu uyamthanda umuphi onamileyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ