Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 23:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Nansi into eniyakuyenza; ingxenye yesithathu yenu abangena ngesabatha, yabapristi namaLevi, iyakuba ngabalindisango;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Nansi into eniyakuyenza: abesithathu kini abangena ngesabatha, ababapristi nabamaLevi, bayakuba ngabalindisango,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Nakhu-ke okumele nikwenze: ingxenye eyodwa yokuthathu yalabo abangena ngesabatha, abangabaphristi, nabaLevi, iyakuba ngabalindimasango.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 23:4
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Base befika babiza umlindisango womuzi, bamtshela ukuthi: “Safika ekamu lama-Aramu, bheka, kwakungekho muntu lapho, nezwi lomuntu, kuphela amahhashi ahlonyiweyo nezimbongolo ezihlonyiwe, namatende njengoba ayenjalo.


Ngokuba isikhundla sawo sasingukukhonza amadodana ka-Aroni enkonzweni yendlu kaJehova, emagcekeni nasemakameloni, nasekuhlanzweni kwazo zonke izinto ezingcwele, nomsebenzi wenkonzo yendlu kaNkulunkulu;


Abafowabo ababesemizini yabo kwakumelwe bahambe nabo izikhathi ngezikhathi emva kwezinsuku eziyisikhombisa.


Ingxenye yesithathu iyakuba sendlini yenkosi; nengxenye yesithathu esangweni lesisekelo, futhi bonke abantu bayakuba semagcekeni endlu kaJehova.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ