Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 23:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Bazungeza kwaJuda, babutha amaLevi kuyo yonke imizi yakwaJuda nezinhloko zoyise bakwa-Israyeli, bafika eJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Zazungeza kwaJuda, zabutha amaLevi emizini yonke yakwaJuda, nezinhloko zawoyise bakwa-Israyeli, bafika eJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Balizungeza lonke elakwaJuda, baqoqa abaLevi emizini yonke yakwaJuda, nezinhloko zezindlu zoyise zakwa-Israyeli, beza eJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 23:2
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi kubo: “Nina niyizinhloko zemindeni yamaLevi; zingcweliseni nina nabafowenu, ukuze nilethe umphongolo kaJehova uNkulunkulu ka-Israyeli endaweni engiwulungisele yona.


UShemaya indodana kaNethaneli, umbhali, omunye wamaLevi, waliloba phambi kwenkosi nezikhulu noSadoki umpristi no-Ahimeleki indodana ka-Abiyathara naphambi kwezinhloko zezindlu zawoyise babapristi namaLevi; zithathelwe u-Eleyazare, nenye eka-Itamari.


Wayenabafowabo, amadodana kaJehoshafati, o-Asariya, noJehiyeli, noZakariya, no-Asariya, noMikayeli, noShefathiya; bonke babengamadodana kaJehoshafati inkosi yakwa-Israyeli.


Umuntu omuhle uyahawukela, atsheleke; Uzoqhuba izindaba zakhe ngokuxoxa.


Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho hlakaniphani njengezinyoka, nibe msulwa njengamajuba.


Ngakho bhekisisani ukuthi nihamba kanjani, kungabi njengeziwula kodwa njengabahlakaniphileyo;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ