Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 23:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngomnyaka wesikhombisa uJehoyada waziqinisa, wathatha izinduna zamakhulu, u-Azariya indodana kaJerohamu, no-Ishmayeli indodana kaJohanani, no-Azariya indodana ka-Obede, noMahaseya indodana ka-Adaya, no-Elishafati indodana kaSigri, yenza isivumelwano naye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngomnyaka wesikhombisa uJehoyada waziqinisa, wazithathela izinduna zamakhulu, u-Azariya indodana kaJerohamu, no-Ishmayeli indodana kaJehohanani, no-Azariya indodana ka-Obede, noMahaseya indodana ka-Adaya, no-Elishafati indodana kaZikiri, zenza isivumelwano naye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Ngonyaka wesikhombisa uJehoyada waqunga isibindi, wathatha abakhuzi bempi bamakhulu, u-Azariya indodana kaJerohamu, u-Ishmayeli indodana kaJehohanani, u-Azariya indodana ka-Obhede, uMahaseya indodana ka-Adaya, no-Elishafathi indodana kaZikhiri, wenza isivumelwano nabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 23:1
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi uJowashi yasibiza uJehoyada umpristi labanye abapristi, yathi kubo: Kungani lingalungisi izimfa zendlu? khona-ke ningabe nisathatha imali kwabazanayo, kodwa niyinike abaphukile endlini.


Benza isivumelwano sokumfuna uJehova uNkulunkulu wawoyise ngayo yonke inhliziyo yabo nangawo wonke umphefumulo wabo;


Wacatsha kubo endlini kaNkulunkulu iminyaka eyisithupha, u-Athaliya wabusa phezu kwezwe.


Futhi ngenxa yakho konke lokhu senza isivumelwano esiqinile futhi sisilobe; nezikhulu zethu, namaLevi, nabapristi bethu, bayawunamathelisa.


Amadodana kaJisihari: UKora noNefegi kanye noSigri.


UJonathani noDavide benza isivumelwano, ngokuba wayemthanda njengomphefumulo wakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ