Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 22:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Naye wahamba ezindleleni zendlu ka-Ahabi, ngokuba unina wayengumluleki wakhe ukwenza okubi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Naye wahamba ngezindlela zendlu ka-Ahabi, ngokuba unina wayengomeluleka ukwenza okubi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Naye wahamba ezindleleni zendlu ka-Ahabi elulekwa ngunina ukuba enze okubi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 22:3
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wahamba ngendlela yendlu ka-Ahabi, wenza okubi emehlweni kaJehova njengendlu ka-Ahabi, ngokuba wayengumkhwenyana wendlu ka-Ahabi.


U-Ahaziya wayeneminyaka engamashumi amane nambili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa umnyaka eJerusalema; Igama likanina lalingu-Athaliya, indodakazi ka-Omri.


Wenza okubi emehlweni kaJehova njengendlu ka-Ahabi, ngokuba bona baba ngabacebisi bakhe emva kokufa kukayise waze wachithwa.


Kwathi emva kokufa kukaJehoyada, izikhulu zakwaJuda zeza zakhuleka phambi kwenkosi. Inkosi yabalalela.


Ngokuba amadodana ka-Athaliya, owesifazane omubi, abhidliza indlu kaNkulunkulu; nazo zonke izipho ezingcwele zendlu kaJehova bazinika oBali.


Wahamba ezindleleni zamakhosi akwa-Israyeli, wenzela noBali izithombe ezibunjiweyo.


Futhi akenzanga eyodwa na? Nokho wayenayo insali yomoya. Futhi kungani eyodwa? Ukuze afune inzalo kaNkulunkulu. Khona-ke qaphelani umoya wenu, futhi makungabikho muntu ongathembeki emfazini wobusha bakhe.


Othanda uyise noma unina kunami kangifanele; nothanda indodana noma indodakazi kunami kangifanele.


Kepha oPetru noJohane baphendula, bathi kubo: “Yahlulelani nina ukuthi kulungile yini emehlweni kaNkulunkulu ukulalela nina kunoNkulunkulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ