Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 22:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 U-Ahaziya wayeneminyaka engamashumi amane nambili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa umnyaka eJerusalema; Igama likanina lalingu-Athaliya, indodakazi ka-Omri.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 U-Ahaziya wayeneminyaka engamashumi amane nambili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa umnyaka eJerusalema; igama likanina lalingu-Athaliya indodakazi ka-Omri.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 U-Ahaziya wayeneminyaka engama-42 ngesikhathi eqala ukubusa, wabusa eJerusalema unyaka owodwa. Igama likanina kwakungu-Athaliya, indodakazi ka-Omri.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 22:2
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Omri wayeselala koyise, wembelwa eSamariya; u-Ahabi indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Wahamba ngendlela yamakhosi akwa-Israyeli njengokwenza kwendlu ka-Ahabi, ngokuba indodakazi ka-Ahabi yayingumkakhe; wenza okubi emehlweni kaJehova.


U-Ahaziya wayeneminyaka engamashumi amabili nambili ekuqaleni kwakhe ukubusa; wabusa umnyaka eJerusalema; Igama likanina lalingu-Athaliya, indodakazi ka-Omri, inkosi yakwa-Israyeli.


Wahamba ngendlela yamakhosi akwa-Israyeli njengokwenza kwendlu ka-Ahabi, ngokuba wayenendodakazi ka-Ahabi engumkakhe; wenza okubi emehlweni kaJehova.


Abakhileyo eJerusalema babeka u-Ahaziya indodana yakhe encane inkosi esikhundleni sakhe, ngokuba iviyo elafika nama-Arabu ekamu labulala onke amadoda amadala. Wayesebusa u-Ahaziya indodana kaJehoramu inkosi yakwaJuda.


Naye wahamba ezindleleni zendlu ka-Ahabi, ngokuba unina wayengumluleki wakhe ukwenza okubi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ