2 iziKronike 22:11 - Contemporary Zulu Bible 202411 Kepha uJehosabati, indodakazi yenkosi, wathatha uJowashi indodana ka-Ahaziya, wameba phakathi kwamadodana enkosi abulawayo, wamfaka yena nomlindi wakhe ekamelweni. UJosabati indodakazi yenkosi uJoramu umkaJehoyada umpristi (ngokuba wayengudadewabo ka-Ahaziya) wamfihla ku-Athaliya ukuba angambulali. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE11 Kodwa uJehoshabeyati, indodakazi yenkosi, wamthatha uJowashi indodana ka-Ahaziya, wameba phakathi kwamadodana enkosi abulawayo, wambeka nomzanyana wakhe ekamelweni lokulala. UJehoshabeyati, indodakazi yenkosi uJehoramu, umkaJehoyada umpristi – ngokuba wayengudadewabo ka-Ahaziya – wamfihla ebusweni buka-Athaliya, ukuze angambulali. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202011 UJehoshabheyathi, indodakazi yenkosi, yathatha uJowashi, indodana ka-Ahaziya, yameba emadodaneni enkosi ayebulawa, yamfihla ekamelweni lokulala, yena nomzanyana wakhe. UJehoshabheyathi, indodakazi yenkosi uJehoramu, umkaJehoyada, umphristi, wayengudadewabo ka-Ahaziya, wamfihla, akaze akwazi u-Athaliya ukumbulala. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |