Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 22:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kodwa lapho u-Athaliya unina ka-Ahaziya ebona ukuthi indodana yakhe ifile, wasukuma wabhubhisa yonke inzalo yobukhosi yendlu yakwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Kepha u-Athaliya, unina ka-Ahaziya, esebonile ukuthi indodana yakhe ifile wasuka wachitha yonke imbewu yobukhosi yendlu kaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 Kwathi ukuba u-Athaliya, unina ka-Ahaziya, abone ukuthi indodana yakhe ifile, wasuka wabulala bonke abozalo lwasebukhosini bendlu yakwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 22:10
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Woza-ke, ake ngikuphe iseluleko, ukuze usindise impilo yakho leyendodana yakho uSolomoni.


Uma kungenjalo, uma inkosi yami, inkosi, isilele koyise, mina nendodana yami uSolomoni siyakuthiwa iziphambeko.


Kepha uJehosabati, indodakazi yenkosi, wathatha uJowashi indodana ka-Ahaziya, wameba phakathi kwamadodana enkosi abulawayo, wamfaka yena nomlindi wakhe ekamelweni. UJosabati indodakazi yenkosi uJoramu umkaJehoyada umpristi (ngokuba wayengudadewabo ka-Ahaziya) wamfihla ku-Athaliya ukuba angambulali.


Basebembeka izandla; lapho ifika ekungeneni kwesango lamahhashi endlini yenkosi, bambulalela khona.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ