2 iziKronike 21:7 - Contemporary Zulu Bible 20247 Kepha uJehova akathandanga ukuchitha indlu kaDavide ngenxa yesivumelwano asenza noDavide, njengalokho ethembisile ukumnika yena namadodana akhe ukukhanya kuze kube phakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Kepha uJehova akathandanga ukuchitha indlu kaDavide ngenxa yesivumelwano asenzayo noDavide, njengokusho kwakhe ukuthi uyakumnika yena nabantwana bakhe isibani izinsuku zonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20207 Kepha uSimakade akathandanga ukuyibhubhisa indlu kaDavide ngenxa yesivumelwano ayesenze noDavide, wayethe uyakumnika yena nozalo lwakhe isibani, izinsuku zonke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngakho-ke, Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, gcina encekwini yakho, ubaba uDavide, lokho owakuthembisa kuye ngokuthi: ‘Akuyikuntula muntu emehlweni ami ukuba ahlale esihlalweni sobukhosi sika-Israyeli; nokho ukuze abantwana benu baqaphele indlela yabo ukuhamba emthethweni wami, njengalokho nahamba phambi kwami.