Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 21:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wahamba ngendlela yamakhosi akwa-Israyeli njengokwenza kwendlu ka-Ahabi, ngokuba wayenendodakazi ka-Ahabi engumkakhe; wenza okubi emehlweni kaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wahamba ngendlela yamakhosi akwa-Israyeli njengokwenza kwendlu ka-Ahabi, ngokuba indodakazi ka-Ahabi yayingumkakhe; wenza okubi emehlweni kaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Wahamba endleleni yamakhosi akwa-Israyeli njengoba kwenza abendlu ka-Ahabi, kwazise wayeganwe yindodakazi ka-Ahabi. Wenza okubi emehlweni kaSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 21:6
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wahamba ngendlela yamakhosi akwa-Israyeli njengokwenza kwendlu ka-Ahabi, ngokuba indodakazi ka-Ahabi yayingumkakhe; wenza okubi emehlweni kaJehova.


UJehoshafati wayenengcebo nodumo ngokuchichimayo, wazihlanganisa no-Ahabi.


Ngasemuva uJehoshafati inkosi yakwaJuda wazihlanganisa no-Ahaziya inkosi yakwa-Israyeli owenza okubi kakhulu.


Kepha wena wahamba ngendlela yamakhosi akwa-Israyeli, wenza ukuba uJuda nabakhileyo eJerusalema baphinge, njengezifebe zendlu ka-Ahabi, wabulala nabafowenu bendlu kayihlo ababengcono kunawe;


U-Ahaziya wayeneminyaka engamashumi amane nambili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa umnyaka eJerusalema; Igama likanina lalingu-Athaliya, indodakazi ka-Omri.


Wahamba ezindleleni zamakhosi akwa-Israyeli, wenzela noBali izithombe ezibunjiweyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ