Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 21:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wayenabafowabo, amadodana kaJehoshafati, o-Asariya, noJehiyeli, noZakariya, no-Asariya, noMikayeli, noShefathiya; bonke babengamadodana kaJehoshafati inkosi yakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Wayenabafowabo, amadodana kaJehoshafati: ngo-Azariya, noJehiyeli, noZakariya, no-Azariyahu, noMikayeli, noShefathiya; bonke labo babengamadodana kaJehoshafati inkosi yakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 UJehoshafathi wayenabafowabo namadodana. Amadodana akhe kwakungu-Azariya, uJehiyeli, uZakhariya, u-Azariyahu, uMikhayeli noShefathiya; wonke lawa kwakungamadodana enkosi yakwa-Israyeli, uJehoshafathi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 21:2
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Khona-ke izikhulu zakwa-Israyeli nenkosi bazithoba; bathi: UJehova ulungile.


UJoramu esesukile embusweni kayise, waziqinisa, wabulala bonke abafowabo ngenkemba, nabanye bezikhulu zakwa-Israyeli.


Bazungeza kwaJuda, babutha amaLevi kuyo yonke imizi yakwaJuda nezinhloko zoyise bakwa-Israyeli, bafika eJerusalema.


Bammbela emzini kaDavide phakathi kwamakhosi, ngokuba wayenze okuhle kwa-Israyeli, kuNkulunkulu nasendlini yakhe.


Wabiza abapristi namaLevi, wathi kubo: “Phumani niye emizini yakwaJuda, nibuthe imali ku-Israyeli wonke yokulungisa indlu kaNkulunkulu wenu iminyaka ngeminyaka, niyisheshise le ndaba. Kodwa amaLevi ayengajahile.


Ngokuba uJehova wathobisa uJuda ngenxa ka-Ahazi inkosi yakwa-Israyeli; ngoba wamhlubula uJuda, waphambuka ngokubi kuJehova.


Wahlabela onkulunkulu baseDamaseku ababemehlulile, wathi: “Ngokuba onkulunkulu bamakhosi ase-Aramu bayawasiza, ngiyakuhlabela wona ukuba angisize.” Kodwa zaba incithakalo kuye nakuye wonke u-Israyeli.


U-Ahazi wayeselala koyise, bammbela emzini, eJerusalema; kepha abamyisanga emathuneni amakhosi akwa-Israyeli; uHezekiya indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Ezinye izindaba zikaManase, nomkhuleko wakhe kuNkulunkulu wakhe, namazwi ababoni ababekhuluma kuye egameni likaJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, bheka, kulotshiwe encwadini yamakhosi akwa-Israyeli.


Kwakungekho phasika elinjengalelo elalenziwa kwa-Israyeli kusukela emihleni yomprofethi uSamuweli; futhi wonke amakhosi akwa-Israyeli akazange alenze iphasika elinjengalo alenzayo uJosiya, nabapristi namaLevi noJuda wonke no-Israyeli ababekhona kanye nabakhileyo eJerusalema.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ