Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 20:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Bahlala kulo, bazakhela kuyo indlu engcwele yegama lakho, bathi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Bahlala kulo, bakwakhela kulo indlu engcwele ibe ngeyegama lakho, bethi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Bahlala kulo, bakwakhela kulo indlu engcwele ukuba ibe ngeyegama lakho, bethi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 20:8
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bheka, ngakhela igama likaJehova uNkulunkulu wami indlu ukuba ngiyingcwelise, ngishise impepho phambi kwakhe, kube yizinkwa zokubukwa njalonjalo, kube ngeminikelo yokushiswa ekuseni nakusihlwa ngamasabatha nangokwethwasa kwenyanga, emikhosini kaJehova uNkulunkulu wethu. Lokhu kungumthetho waphakade kwa-Israyeli.


Awusiye uNkulunkulu wethu yini owaxosha abakhileyo kuleli zwe phambi kwabantu bakho u-Israyeli, walinika inzalo ka-Abrahama umngane wakho kuze kube phakade na?


Uma, lapho ububi busehlela, njengenkemba, isahlulelo, noma isifo, noma indlala, sima phambi kwale ndlu naphambi kobuso bakho (ngokuba igama lakho likule ndlu) bese ubiza osizini lwethu, khona-ke uzozwa futhi usize.


Ngalokho uJehova waligcwalisa izwi lakhe alikhulumayo, ngokuba ngavuka ekamelweni likababa uDavide, ngahlala esihlalweni sobukhosi sika-Israyeli, njengalokho uJehova ethembisile, ngase ngilakhela igama likaJehova uNkulunkulu ka-Israyeli indlu.


Kusukela osukwini engakhipha ngalo abantu bami ezweni laseGibithe, angikhethanga muzi phakathi kwazo zonke izizwe zakwa-Israyeli ukuba ngakhe indlu ukuba igama lami libe khona lapho; futhi angikhethanga muntu ukuba abe ngumbusi phezu kwabantu bami u-Israyeli.


Kepha ngikhethile iJerusalema ukuba igama lami libe khona lapho; ngakhetha uDavide ukuba abe phezu kwabantu bami u-Israyeli.


UJehova wamnika u-Israyeli lonke izwe ayefunge ukulinika oyise; balidla, bahlala kulo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ