Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 20:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Umbuso kaJehoshafati wawuzola, ngokuba uNkulunkulu wakhe wamnika ukuphumula nxazonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Umbuso kaJehoshafati wawusuzola, ngokuba uNkulunkulu wakhe wamnika ukuphumula nxazonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 Umbuso kaJehoshafathi waba nokuthula ngenxa yokuthi uNkulunkulu wakhe wayemnike ukuphumula nxazonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 20:30
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi inkosi ihlezi endlini yayo, uJehova wayinika ukuphumula ezitheni zayo zonke;


Wonke uJuda wajabula ngesifungo, ngokuba bafunga ngenhliziyo yabo yonke, bamfuna ngakho konke ukufisa kwabo; wafunyanwa yibo, uJehova wabanika ukuphumula nxazonke.


Futhi uyolala phansi, kungekho muntu okwethusayo; yebo, abaningi bayokumangalela.


Uma ethula, ubani ongabanga inkathazo na? uma efihla ubuso bakhe, ngubani ongambona na? noma kwenziwa esizweni noma kumuntu yedwa;


Uthumele ukwahlulela kuvela ezulwini; umhlaba wesaba, wathula;


Lapho izindlela zomuntu zimthokozisa uJehova, wenza ngisho nezitha zakhe zibe nokuthula naye.


Lapho ulala, ungesabi; yebo, uyolala, futhi ubuthongo bakho buyoba mnandi.


Ngiyakuninika ukuthula ezweni, nilale, ningethuswa muntu; ngiyakunquma izilo ezimbi ezweni, nenkemba ayiyikudabula ezweni lakho.


Insali yakwa-Israyeli ayiyikwenza okubi, ingakhulumi amanga; futhi akukho ulimi olukhohlisayo oluyotholakala emlonyeni wabo, ngoba bayoklaba futhi balale, futhi akekho oyobethusa.


Ukuthula ngikushiya kini, ukuthula kwami ngininika khona; angininiki njengokupha kwezwe. Inhliziyo yenu mayingakhathazeki, ingesabi;


Kwasekusithi emva kwesikhathi eside uJehova esephumuze uIsrayeli kuzo zonke izitha zabo, uJoshuwa waluphala wacindezelwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ