Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 20:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Abantwana bakwa-Amoni nabakwaMowabi bavukela abakhileyo ezintabeni zaseSeyiri ukuba babashaye ngesiqalekiso, bababhubhise;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Abantwana bakwa-Amoni nabakwaMowabi bamelana nabakhileyo entabeni yaseSeyiri ukuba babachithe, babaqothule; sebebaqedile abakhileyo eSeyiri basiza, kwaba yilowo nalowo, ngokubulalana bodwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 Abakwa-Amoni nabakwaMowabi bamelana nezakhamuzi zasentabeni iSeyiri, bababhubhisa baphela nya. Kwathi sebeziqothule nya zonke izakhamuzi zaseSeyiri, base bephenduka babulalana bodwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 20:23
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

namaHori ezintabeni zawo iSeyiri, kwaze kwaba se-Eliparani elisehlane.


UJuda esefika embhoshongweni wokulinda ehlane, babheka isixuku, bheka, kwakuyizidumbu eziwele phansi, kungaphunyuki muntu.


Ezinsukwini zakhe abakwa-Edomi bahlubuka phansi kombuso kaJuda, bazenzela inkosi.


Ngiyakumisa abaseGibithe ngokumelene nabaseGibithe, balwe, kube yilowo nalowo nomfowabo, kube yilowo nalowo nomakhelwane wakhe; umuzi uvukele umuzi, nombuso uvukele umbuso.


Ngiyakubiza inkemba phezu kwazo zonke izintaba zami,” usho uJehova, “inkemba yomuntu imelane nomfowabo.


Ngiyakugumbuqela isihlalo sobukhosi semibuso, ngichithe amandla emibuso yezizwe; ngiyakugumbuqela izinqola nabagibele kuzo; amahhashi nabagibeli bawo bayokwehla, kube yilowo nalowo ngenkemba yomfowabo.


Ungagxambukeli kubo; ngokuba angiyikuninika okwezwe labo, ngisho nobubanzi bonyawo; ngoba intaba iSeyiri ngamnika uEsawu ibe yilifa.


Ngamnika u-Isaka oJakobe no-Esawu; ngamnika u-Esawu intaba yaseSeyiri ukuba ayidle; kepha uJakobe kanye nabantwana bakhe behlela eGibithe.


Abangamakhulu amathathu bavuthela izimpondo, uJehova wabeka inkemba yalowo nalowo kumngane wakhe nakuyo yonke impi;


USawule nabo bonke abantu ababe naye babuthana, bangena ekulweni;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ