Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 20:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Wonke uJuda wema phambi kukaJehova, nabancane babo, nawomkabo, nabantwana babo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Wonke uJuda wayemi phambi kukaJehova, nezingane zabo, nawomkabo, namadodana abo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 UJuda wonke wayemi phambi kukaSimakade kanye nezingane zabo, omkabo nabantwana babo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 20:13
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

O Nkulunkulu wethu, awufuni yini ukubahlulela? ngokuba asinawo amandla okumelana nalesi sixuku esikhulu esisihlaselayo; futhi asazi ukuthi senzeni, kodwa amehlo ethu akuwe.


UMoya weNkosi wehlela phezu kukaJahaziyeli indodana kaZakariya indodana kaBenaya indodana kaJehiyeli indodana kaMathaniya umLevi wamadodana ka-Asafa, uMoya weNkosi phakathi kwebandla weza;


U-Ezra esekhulekile nokuvuma izono, wakhala, wakhuleka phambi kwendlu kaNkulunkulu, ibandla elikhulu kakhulu lamadoda, nabesifazane, nabantwana, labuthana kuye kwa-Israyeli; ngoba abantu bakhala kakhulu.


Buthani abantu, ningcwelise ibandla, amalunga aqoqe, abuthe abantwana nabamunya amabele; akaphume umyeni ekamelweni lakhe, nomakoti aphume engutsheni yakhe.


Abantu baseNineve basebekholwa kuNkulunkulu, basebememezela usuku lokuzila, bembatha izembatho zokulila, kusukela komkhulu kusiya komncinyane phakathi kwabo.


Kwathi sesiqedile lezo zinsuku, saphuma sahamba; bonke basiphelekezela kanye nawomkabo nabantwana, kwaze kwaba ngaphandle komuzi; saguqa ogwini, sakhuleka.


Nimi nonke namuhla phambi kukaJehova uNkulunkulu wenu; izinhloko zezizwe zenu, namalunga enu, nezinceku zenu, nawo onke amadoda akwa-Israyeli,


Bese nigcina amazwi alesi sivumelwano niwenze, ukuze niphumelele kukho konke enikwenzayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ