Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 2:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngisho nokungilungisela izingodo eziningi, ngoba indlu engizoyakha iyoba nkulu ngokumangalisayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 ukungilungisela imithi eminingi, ngokuba indlu engiyakuyakha iyakuba nkulu ngokumangalisayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 ukungilungisela imithi eminingi, ngoba indlu engiyakuyakha iyakuba nkulu ngokumangalisayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 2:9
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Futhi kule ndlu ephakeme, wonke umuntu odlula kuyo uyomangala futhi ashaye ikhwelo; bayakuthi: ‘UJehova wenzeleni lokhu kuleli zwe nakule ndlu na?


Bheka, ngiyakunika izinceku zakho, abagawuli bemithi, amashekeli ayizinkulungwane ezingamashumi amabili kakolweni, namabhake ayizinkulungwane ezingamashumi amabili ebhali, nezimbiza zewayini eziyizinkulungwane ezingamashumi amabili, nezimbiza zamafutha eziyizinkulungwane ezingamashumi amabili.


Indlu engiyakhayo inkulu, ngokuba uNkulunkulu wethu mkhulu kunabo bonke onkulunkulu.


Ngithumele futhi imisedari, nemisipres, nemi-algumi yaseLebanoni; ngoba ngiyazi ukuthi izinceku zakho ziyakwazi ukugawula izinkuni eLebanoni; bheka, izinceku zami ziyakuba nezinceku zakho;


Le ndlu ephakemeyo iyakuba yisimangaliso kubo bonke abadlula kuyo; ukuze athi: “UJehova wenzeleni kanje kuleli zwe nakule ndlu na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ