2 iziKronike 2:8 - Contemporary Zulu Bible 20248 Ngithumele futhi imisedari, nemisipres, nemi-algumi yaseLebanoni; ngoba ngiyazi ukuthi izinceku zakho ziyakwazi ukugawula izinkuni eLebanoni; bheka, izinceku zami ziyakuba nezinceku zakho; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 “Ngithumele futhi imisedari,* nemisayipuresi,* nemi-alimugi* evela eLebanoni, ngokuba ngiyazi ukuthi izinceku zakho ziyakwazi ukugawula imithi eLebanoni; bheka, izinceku zami ziyakuba nezinceku zakho အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20208 “Ngithumelele futhi imisedari, imisayiphuresi, nemi-alimugi evela eLebhanoni, ngokuba ngiyazi ukuthi izinceku zakho ziyakwazi ukugawula imithi eLebhanoni. Izinceku zami ziyosebenza nezinceku zakho, အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |