2 iziKronike 2:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 USolomoni wasethumela kuHiramu inkosi yeTire ukuthi: Njengoba wenza kubaba uDavida, wamthumelela imisedari yokuzakhela indlu yokuhlala, yenza njalo kimi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 USolomoni wathumela kuHiramu inkosi yaseTire, wathi: “Njengalokho wakwenza kuDavide ubaba, wathuma kuye imisedari,* azakhele ngayo indlu ukuba ahlale kuyo, yenze njalo nakimi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20203 USolomoni wathumela kuHuramu, inkosi yaseThire, wathi: “Njengalokho wenza kuDavide, ubaba, wathumela kuye imisedari, ukuba akhe indlu, ahlale kuyo, yenza kanjalo-ke nakimi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngomnyaka wokuqala wenkosi uKoresi, inkosi uKoresi yakhipha umyalo ngendlu kaNkulunkulu eJerusalema, yathi: “Makwakhiwe indlu, indawo lapho bekuhlatshelwa khona imihlatshelo, zimiswe izisekelo zayo, ziqine; ukuphakama kwawo kube yizingalo ezingamashumi ayisithupha, nobubanzi bawo buyizingalo ezingamashumi ayisithupha;