2 iziKronike 2:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 Bheka, ngiyakunika izinceku zakho, abagawuli bemithi, amashekeli ayizinkulungwane ezingamashumi amabili kakolweni, namabhake ayizinkulungwane ezingamashumi amabili ebhali, nezimbiza zewayini eziyizinkulungwane ezingamashumi amabili, nezimbiza zamafutha eziyizinkulungwane ezingamashumi amabili. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Bheka, ngiyakunika izinceku zakho, abagawuli abagawula imithi, amakhora* ayizinkulungwane ezingamashumi amabili kakolweni obhuliweyo, namakhora ayizinkulungwane ezingamashumi amabili ebhali,* namabhati* ayizinkulungwane ezingamashumi amabili ewayini, namabhati ayizinkulungwane ezingamashumi amabili amafutha.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202010 Bheka, ngiyakunika izinceku zakho ezigawula imithi, amakhora kakolo ayizi-20 000, amakhora ebhali ayizi-20 000, amabhati ewayini ayizi-20 000, namabhati ayizi-20 000 amafutha.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |