Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 18:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngakho inkosi yakwa-Israyeli yabiza abaprofethi abangamakhulu amane, yathi kubo: “Sihambe siyekulwa neRamoti kwaGileyadi, noma ngiyishiye yodwa na? Bathi: Yenyukani; ngoba uNkulunkulu uzalinikela esandleni senkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Inkosi yakwa-Israyeli yayisibutha abaprofethi, amadoda angamakhulu amane, yathi kubo: “Sihambe siye yini eRamoti Gileyadi ukulwa, noma ngiliyeke na?” Bathi: “Khuphukani, ngokuba uNkulunkulu uyakulinikela esandleni senkosi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Inkosi yakwa-Israyeli yaqoqa abaphrofethi, amadoda angama-400, yathi kubo: “Sihambe yini siyokulwa neRamothi Gileyadi, noma ngiyeke na?” Bathi: “Khuphuka, ngokuba uNkulunkulu uyakulinikela esandleni senkosi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 18:5
22 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi kubo: “Nina iseluleko bani ukuba sibaphendule laba bantu ababekhuluma kimi, bethi: ‘Yenza libe lula ijoka uyihlo alibeka phezu kwethu na?


Manje thumela ubuthe kimi wonke u-Israyeli eNtabeni iKarmeli, nabaprofethi bakaBhali abangamakhulu amane namashumi amahlanu nabaprofethi beziqu zesihlahla esingcwele abangamakhulu amane abadla etafuleni lika-Izebeli.


Indodana kaGeberi eRamoti kwaGileyadi; kuye kwakukhona imizi kaJayire indodana kaManase eseGileyadi; kuye kwakukhona isifunda sase-Arigobhi eseBashani, imizi emikhulu engamashumi ayisithupha enezindonga nemigoqo yethusi.


U-Elisha wasesithi enkosini yakoIsrayeli: Ngilani lawe? hambani kubaprofethi bakayihlo nakubaprofethi bakanyoko. Inkosi yakwa-Israyeli yathi kuye: “Qha, ngokuba uJehova wabiza lawa makhosi amathathu ukuba awanikele esandleni sikaMowabi.”


Esefikile enkosini, inkosi yathi kuye: “Mika, siye ukulwa neRamoti kwaGileyadi, noma ngiyishiye yodwa na?” Wathi: “Phuma uphumelele, futhi bayakunikelwa esandleni sakho.”


UJehoshafati wathi enkosini yakwa-Israyeli: “Buza izwi likaJehova namuhla.”


Kepha uJehoshafati wathi: “Akukho mprofethi weNkosi lapha ukuba sibuze kuye na?”


Ngabona futhi into embi kubaprofethi baseJerusalema: bayaphinga, bahamba ngamanga; baqinise izandla zababi, ukuze kungabuyi muntu ebubini bakhe; bonke banjengeSodoma kimi nabakhileyo kulo njengeGomora.


Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Ningawalaleli amazwi abaprofethi abaprofetha kini; bakwenza ize; bakhuluma umbono ophuma ezinhliziyweni zabo, hhayi ophuma emlonyeni kaJehova.


Base bethi kwabangidelelayo: ‘UJehova wathi: Niyakuba nokuthula; bathi kuwo wonke umuntu ohamba ngobulukhuni benhliziyo yakhe: “Aniyikwehlelwa bubi.”


Ngokuba nakhathazeka ezinhliziyweni zenu lapho ningithuma kuJehova uNkulunkulu wenu ukuthi: ‘Sikhulekele kuJehova uNkulunkulu wethu; njengakho konke uJehova uNkulunkulu wethu ayakukukhuluma, sitshele khona, sikwenze.


Ngoba niyidabukisile inhliziyo yolungileyo ngamanga, engingabadabukanga; futhi waqinisa izandla zomubi ukuze angabuyi endleleni yakhe embi ngokumthembisa ukuphila.


Uma ohamba ngomoya aqambe amanga ethi: ‘Ngiyakuprofetha kini ngewayini nangophuzo olunamandla; uzakuba ngumprofethi walababantu.


Izinhloko zalo zahlulela ngenjongo yokuthola umvuzo, nabapristi balo bafundisa ngenjongo yokuthola umvuzo, nabaprofethi balo baprofetha ngenjongo yemali; nokho bayakwencika kuJehova, bathi: “Akakho uJehova phakathi kwethu na? akukho okubi okungasehlela.


Ngokuba siyeza isikhathi abangayikuvuma ngaso isifundiso esiphilileyo; kodwa ngokwezinkanuko zabo bayakuzibuthela abafundisi, beluma izindlebe;


Sabanjwa isilo, kanye naso nomprofethi wamanga owenza izibonakaliso phambi kwaso, adukisa ngazo labo abamukela uphawu lwesilo, nabakhuleka emfanekisweni waso. Laba bobabili baphonswa besezwa echibini lomlilo elivutha isibabule.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ