Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 18:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wayesethi u-Ahabi inkosi yakwa-Israyeli kuJehoshafati inkosi yakwaJuda: “Uyakuhamba nami eRamoti kwaGileyadi na? Wathi kuye: “Nginjengawe nabantu bami njengabantu bakho; futhi sizoba nawe empini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 U-Ahabi inkosi yakwa-Israyeli wathi kuJehoshafati inkosi yakwaJuda: “Uyakuhamba nami, siye eRamoti Gileyadi, na?” Wathi kuye: “Mina nginjengawe, abantu bami banjengabantu bakho; siyakuba nawe empini.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 U-Ahabi, inkosi yakwa-Israyeli, wathi kuJehoshafathi, inkosi yakwaJuda: “Uyakuhamba nami yini, siye eRamothi Gileyadi na?” Wathi kuye: “Mina nginjengawe, nabantu bami banjengabantu bakho; siyakuba nawe empini.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 18:3
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi kuJehoshafati: “Uyakuhamba nami ukulwa nami eRamoti kwaGileyadi na?” UJehoshafati wasesithi enkosini yakoIsrayeli: Mina nginjengawe, abantu bami banjengabantu bakho, lamabhiza ami anjengamabhiza akho.


Indodana kaGeberi eRamoti kwaGileyadi; kuye kwakukhona imizi kaJayire indodana kaManase eseGileyadi; kuye kwakukhona isifunda sase-Arigobhi eseBashani, imizi emikhulu engamashumi ayisithupha enezindonga nemigoqo yethusi.


Yahamba yathumela kuJehoshafati inkosi yakwaJuda, yathi: “Inkosi yakwaMowabi ingihlubukile; uzohamba nami ukulwa noMowabi na? Wathi: “Ngiyakwenyuka; nginjengawe, abantu bami banjengabantu bakho, namahhashi ami njengamahhashi akho.”


Kwathi emva kweminyaka eminengi waya ku-Ahabi eSamariya. U-Ahabi wamhlabela yena nabantu ababe naye izimvu nezinkomo ngemihlambi, wamncenga ukuba akhuphuke naye eRamoti kwaGileyadi.


UJehoshafati wathi enkosini yakwa-Israyeli: “Buza izwi likaJehova namuhla.”


UJehu, indodana kaHanani, umboni, waphuma ukumhlangabeza, wathi enkosini uJehoshafati: “Kumelwe usize ababi, uthande labo abazonda uJehova na?” ngalokho intukuthelo yehlela phezu kwakho ivela ebusweni bukaJehova.


Anginabo yini abakuzondayo, Jehova? futhi angidabukile yini ngabakuvukelayo?


Futhi ningabi nenhlanganyelo nemisebenzi yobumnyama engatheli, kodwa kunalokho niyisole.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ