Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 18:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 UZedekhiya indodana kaKhenana wasesondela, wamtshaya uMikha esihlathini, wathi: UMoya weNkosi usuke kimi ngayiphi indlela ukuyakhuluma kuwe?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 USedekiya indodana kaKhenahana wayesesondela, wamshaya uMikhaya esihlathini, wathi: “UMoya kaJehova wasuka kimi ngaphi ukuba akhulume kuwe na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 UZedekiya, indodana kaKhenahama, wasondela wamshaya esihlathini uMikhaya, wathi: “UMoya kaSimakade wasuka nini kimi ukuba akhulume kuwe na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 18:23
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USedekiya, indodana kaKhenana, wazenzela izimpondo zensimbi, wathi: “Usho kanje uJehova, uthi: ‘Ngalezi niyakuxosha ama-Aramu aze aphele.


UMika wathi: “Bheka, uyakukubona mhla ungena ekamelweni ukuba ucashe.”


Khona-ke uPhashuri wamshaya umprofethi uJeremiya wamfaka esitokisini esasisesangweni eliphakeme lakwaBhenjamini elalisendlini kaJehova.


Unika isihlathi sakhe komshayayo; ugcwele ihlazo.


Khathesi buthanani ngamaviyo, ndodakazi yamabandla; Wasivimbezela; bayoshaya umahluleli ka-Israyeli esihlathini ngodondolo.


Abanye baqala ukumkhafulela amathe, nokumboza ubuso bakhe, nokumshaya, nokuthi kuye: “Profetha!” Izinceku zamshaya.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ