Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 18:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kwathi emva kweminyaka eminengi waya ku-Ahabi eSamariya. U-Ahabi wamhlabela yena nabantu ababe naye izimvu nezinkomo ngemihlambi, wamncenga ukuba akhuphuke naye eRamoti kwaGileyadi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngasekugcineni kweminyaka ethile wehlela ku-Ahabi eSamariya. U-Ahabi wamhlabela yena nabantu ababenaye izimvu nezinkabi eziningi, wamncenga ukuba akhuphukele eRamoti Gileyadi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Ngasekugcineni kweminyaka ethile, wehlela eSamariya ku-Ahabi. U-Ahabi wamhlabisa, yena nabantu ababenaye, izimvu nezinkabi eziningi, wamncenga ukuba akhuphuke ahlasele iRamothi Gileyadi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 18:2
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Adoniya wahlaba izimvu nezinkomo namathole akhuluphalisiweyo ngasetsheni laseSoheleti elingase-Eni Rogeli, wamema bonke abafowabo, amadodana enkosi, nawo wonke amadoda akwaJuda, izinceku zenkosi.


Kwathi emva kwesikhashana umfula woma, ngokuba kwakungekho mvula ezweni.


Indodana kaGeberi eRamoti kwaGileyadi; kuye kwakukhona imizi kaJayire indodana kaManase eseGileyadi; kuye kwakukhona isifunda sase-Arigobhi eseBashani, imizi emikhulu engamashumi ayisithupha enezindonga nemigoqo yethusi.


Umprofethi u-Elisha wayesebiza omunye wabantwana babaprofethi, wathi kuye: “Bopha ukhalo lwakho, uthathe leli bhokisi lamafutha esandleni sakho, uye eRamoti kwaGileyadi.


Wayesethi u-Ahabi inkosi yakwa-Israyeli kuJehoshafati inkosi yakwaJuda: “Uyakuhamba nami eRamoti kwaGileyadi na? Wathi kuye: “Nginjengawe nabantu bami njengabantu bakho; futhi sizoba nawe empini.


UJehu, indodana kaHanani, umboni, waphuma ukumhlangabeza, wathi enkosini uJehoshafati: “Kumelwe usize ababi, uthande labo abazonda uJehova na?” ngalokho intukuthelo yehlela phezu kwakho ivela ebusweni bukaJehova.


Kepha phakathi naso sonke leso sikhathi ngangingekho eJerusalema, ngokuba ngomnyaka wamashumi amathathu nambili ka-Aritahishashita inkosi yaseBabele ngafika enkosini, emva kwezinsuku ezithile ngathola imvume enkosini.


EBeseri ehlane ethafeni lakwaRubeni; neRamoti yakwaGileyadi kwaGadi; neGolan eBashan, kwabakwaManase.


Ngaphesheya kweJordani ngaseJeriko ngasempumalanga bamisa iBezeri ehlane ethafeni esizweni sakwaRubeni, neRamoti kwaGileyadi esizweni sakwaGadi, neGolani eBashani esizweni sakwaManase.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ