Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 18:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Wathi futhi: “Ngalokho yizwani izwi likaJehova; Ngabona iNkosi ihlezi esihlalweni sayo sobukhosi, lebutho lonke lezulu limi ngakwesokunene sayo langakwesokhohlo sayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 UMikhaya wathi: “Ngalokho yizwani izwi likaJehova: Ngambona uJehova ehlezi esihlalweni sakhe sobukhosi, nebandla lonke lasezulwini limi ngakwesokunene nangakwesokhohlo sakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 UMikhaya wathi: “Ngakho-ke yizwani izwi likaSimakade: ngambona uSimakade ehleli esihlalweni sakhe sobukhosi, ibandla lonke lasezulwini limi ngakwesokunene nangakwesokhohlo sakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 18:18
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi uJakobe ezibona wathi: Leli libutho likaNkulunkulu; waqamba leyo ndawo ngokuthi iMahanayimi.


Inkosi yakoIsrayeli yasisithi kuJehoshafathi: Kangikutshelanga yini ukuthi kayikuprofetha okuhle ngami, kodwa okubi?


UJehova wasesithi: Ngubani ozakulinga uAhabi, inkosi yakoIsrayeli, ukuze enyuke afele eRamothi kwaGileyadi? Omunye wakhuluma kanje, nomunye washo ukuthi.


Yizwani izwi likaJehova nina baphathi baseSodoma! lalelani umthetho kaNkulunkulu wethu, bantu baseGomora!


Ngakho zwanini ilizwi likaJehova lina zideleli enibusa phezu kwalababantu abaseJerusalema.


Wayesethi u-Isaya kuHezekiya: “Yizwa izwi likaJehova Sebawoti.


uthi: ‘Yizwani izwi likaJehova nina makhosi akwaJuda nani bakhileyo eJerusalema. Usho kanje uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: Bheka, ngiyakwehlisela okubi phezu kwale ndawo; ozwayo, izindlebe zakhe ziyonkeneneza.


Yizwani izwi likaJehova nina ndlu kaJakobe, zizukulwane zonke zendlu ka-Israyeli.


Yizwa izwi likaJehova, Sedekiya, nkosi yakwaJuda! Nanku okutshiwo nguJehova ngawe: Kawuyikufa ngenkemba.


Kwaphuma umfula womlilo, waphuma phambi kwakhe; izinkulungwane zezinkulungwane zazimkhonza, nezinkulungwane eziyishumi zezinkulungwane eziyishumi zazimi phambi kwakhe; ukwahlulela kwamiswa, nezincwadi zavulwa.


Ngabuka zaze zaphonswa phansi izihlalo zobukhosi, kwahlala oMdala wezinsuku, ingubo yakhe imhlophe njengeqhwa, nezinwele zekhanda lakhe zinjengoboya bezimvu obuhlanzekileyo; isihlalo sakhe sobukhosi sasinjengelangabi lomlilo namasondo aso njengomlilo ovuthayo.


Manje yizwa izwi likaJehova: Wena uthi: Ungaprofethi ngokumelene no-Israyeli, futhi ungavumeli izwi lakho lehlele indlu ka-Isaka.


Umuntu owayemi phakathi kwemibomvana waphendula wathi: Laba ngabathunywe nguJehova ukuthi badabule emhlabeni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ