Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 18:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wathi: “Ngabona wonke u-Israyeli ehlakazekile ezintabeni njengezimvu ezingenamalusi; uJehova wathi: “Abanankosi; khona-ke mababuyele, kube yilowo nalowo endlini yakhe ngokuthula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wayesethi: “Ngabona wonke u-Israyeli ehlakazekile ezintabeni njengezimvu ezingenamalusi; uJehova wathi: ‘Laba abasenankosi; mababuyele, kube yilowo nalowo endlini yakhe ngokuthula.’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Wayesethi: “Ngabona wonke u-Israyeli ehlakazekile ezintabeni njengezimvu ezingenamelusi. USimakade wathi: ‘Laba abasenawo amakhosi, mabaphindele emuva ngokuthula, kube yilowo nalowo endlini yakhe.’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 18:16
18 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Manje izandla zenu maziqiniswe, zibe nesibindi, ngokuba inkosi yenu uSawule ifile, nendlu yakwaJuda nayo ingigcobile ngibe yinkosi phezu kwayo.


Nakudala uSawule eseyinkosi phezu kwethu, nguwe owakhipha u-Israyeli, wabangenisa; uJehova wathi kuwe: ‘Kumelwe unakekele abantu bami u-Israyeli, futhi wena kumelwe ube umbusi phezu kuka-Israyeli.


Wathi: “Ngabona wonke u-Israyeli ehlakazekile ezintabeni njengezimvu ezingenamalusi; uJehova wathi: “Abanankosi; mababuyele, kube yilowo nalowo endlini yakhe ngokuthula.


Bhekani futhi emadodaneni enkosi yenu amahle kunawo wonke, nimbeke esihlalweni sobukhosi sikayise, nilwele indlu yenkosi yenu.


Inkosi yasisithi kuye: Ngizakuyala kangaki ukuthi ungangitsheli lutho ngaphandle kweqiniso ebizweni leNkosi?


Inkosi yakoIsrayeli yasisithi kuJehoshafathi: Kangikutshelanga yini ukuthi kayikuprofetha okuhle ngami, kodwa okubi?


Kuphila kwami, isho iNkosi uJehova, ngenxa yokuthi izimvu zami zibe yimpango, nezimvu zami zibe ngukudla kwazo zonke izilwane zasendle, ngokuba umalusi wayengekho, nabelusi bami bengazibhekanga izimvu zami, kepha abelusi bazidlisa bona, izimvu zami abazivumanga;


Ngiyakwenza imizi yakho ibe yincithakalo, ube yihlane, wazi ukuthi nginguJehova.


Ngokuba izithombe zikhulume okuyize, nabahlola imihlola babone amanga, bakhuluma amaphupho amanga; baduduza ize; ngalokho zahamba njengomhlambi, zethuka, ngokuba kwakungekho umalusi.


Vuka, wena nkemba, umelusi wami, uvukele umuntu ongumngane wami, usho uJehova Sebawoti, uthi: ‘Shaya umalusi, izimvu zihlakazeke;


abangaphuma phambi kwabo futhi abangene phambi kwabo futhi abakhiphe futhi abangenise; ukuze ibandla leNkosi lingabi njengezimvu ezingenamalusi.


UJesu wathi kuye: “Wena ushilo; nokho ngithi kini: Kusukela manje nizakubona iNdodana yomuntu ihlezi ngakwesokunene saMandla, iza ngamafu ezulu.


Kodwa ebona izixuku waba lesihelo ngazo, ngoba zazidiniwe, zihlakazekile njengezimvu ezingelamalusi.


Kwathi ephuma, wabona isixuku esikhulu, waba nesihe ngaso, ngokuba babenjengezimvu ezingenamalusi; wayeseqala ukubafundisa okuningi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ