Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 18:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Isithunywa esasiyembiza uMika sakhuluma kuye, sathi: “Bheka, amazwi abaprofethi mahle enkosini nganhliziyonye; khona izwi lakho malibe njengenye yazo, ukhulume kahle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Isithunywa ebesihambile ukumbiza uMikhaya sakhuluma kuye, sathi: “Bheka, amazwi abaprofethi mahle enkosini ngamlomo munye; ngalokho izwi lakho malibe njengelinye labo, ukhulume okuhle.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 Isithunywa esasiyobiza uMikhaya sakhuluma naye, sathi: “Bonke abaphrofethi bakhulume ngazwi linye baphrofetha okuhle enkosini, sengathi izwi lakho lingaba linye nelabo, ukhulume okuhle.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 18:12
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bonke abaprofethi baprofetha kanje, bathi: “Khuphukela eRamoti kwaGileyadi, libe nempumelelo, ngokuba uJehova uyakulinikela esandleni senkosi.”


Wayesethi uMika: “Kuphila kukaJehova, lokho uNkulunkulu wami akukhulumayo ngiyakukhuluma.”


Futhi nithi: UNkulunkulu ukwazi kanjani lokhu na? angahlulela phakathi kwefu elimnyama na?


Wathi enhliziyweni yakhe: “UNkulunkulu ukhohliwe; Uyafihla ubuso bakhe; akasoze ayibona.


abathi kubaboni: Ningaboni; nakubaprofethi: Ningasiprofethi izinto eziyiqiniso, khulumani izinto ezibushelelezi, profethani inkohliso;


Bajabulisa inkosi ngobubi babo, nezikhulu ngamanga abo.


Kodwa ungabe usaprofetha eBhetheli, ngoba liyindlu yenkosi lendlu yenkosi.


Uma ohamba ngomoya aqambe amanga ethi: ‘Ngiyakuprofetha kini ngewayini nangophuzo olunamandla; uzakuba ngumprofethi walababantu.


basebebuthana ukulwa nganhliziyonye loJoshuwa loIsrayeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ