Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 18:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Bonke abaprofethi baprofetha kanje, bathi: “Khuphukela eRamoti kwaGileyadi, libe nempumelelo, ngokuba uJehova uyakulinikela esandleni senkosi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Bonke abaprofethi baprofetha kanje, bathi: “Khuphukela eRamoti Gileyadi, ube nempumelelo, ngokuba uJehova uyakulinikela esandleni senkosi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Bonke abaphrofethi baphrofetha kanjalo bethi: “Khuphukela eRamothi Gileyadi, unqobe, ngokuba uSimakade uyakulinikela esandleni senkosi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 18:11
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Indodana kaGeberi eRamoti kwaGileyadi; kuye kwakukhona imizi kaJayire indodana kaManase eseGileyadi; kuye kwakukhona isifunda sase-Arigobhi eseBashani, imizi emikhulu engamashumi ayisithupha enezindonga nemigoqo yethusi.


USedekiya, indodana kaKhenana, wazenzela izimpondo zensimbi, wathi: “Usho kanje uJehova, uthi: ‘Ngalezi niyakuxosha ama-Aramu aze aphele.


Isithunywa esasiyembiza uMika sakhuluma kuye, sathi: “Bheka, amazwi abaprofethi mahle enkosini nganhliziyonye; khona izwi lakho malibe njengenye yazo, ukhulume kahle.


Ngakho inkosi yakwa-Israyeli yabiza abaprofethi abangamakhulu amane, yathi kubo: “Sihambe siyekulwa neRamoti kwaGileyadi, noma ngiyishiye yodwa na? Bathi: Yenyukani; ngoba uNkulunkulu uzalinikela esandleni senkosi.


Usho kanje uJehova mayelana nabaprofethi abadukisa abantu bami, abagedla amazinyo, bamemeze, bathi: “Ukuthula! futhi ongafaki emlonyeni wabo, bamlungisela impi.


Laba ngabakhonondi nabasolayo, behamba ngezabo izinkanuko; nomlomo wabo ukhuluma izikhukhula, betusa ubuso babantu ngenxa yenzuzo.


Sabanjwa isilo, kanye naso nomprofethi wamanga owenza izibonakaliso phambi kwaso, adukisa ngazo labo abamukela uphawu lwesilo, nabakhuleka emfanekisweni waso. Laba bobabili baphonswa besezwa echibini lomlilo elivutha isibabule.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ