Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 18:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 UJehoshafati wayenengcebo nodumo ngokuchichimayo, wazihlanganisa no-Ahabi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UJehoshafati wayenengcebo nodumo olukhulu, wahlangana ngobuhlobo no-Ahabi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 UJehoshafathi wayenengcebo nodumo olukhulu, waba nobuhlobo no-Ahabi ngokuganiselana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 18:1
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kodwa akubangakho onjengo-Ahabi ozithengisele ukwenza okubi emehlweni kaJehova owavusa u-Izebeli umkakhe.


Bahlala iminyaka emithathu kungekho ukulwa phakathi kwama-Aramu no-Israyeli.


Ezinye izindaba zikaJehoshafati namandla akhe awazenzayo, nokulwa kwakhe, angithi kulotshiwe encwadini yezindaba zemihla ngemihla yamakhosi akwaJuda na?


Kwathi u-Athaliya unina ka-Ahasiya ebona ukuthi indodana yakhe ifile, wasuka wachitha yonke indlu yenkosi.


Wahamba ngendlela yamakhosi akwa-Israyeli njengokwenza kwendlu ka-Ahabi, ngokuba indodakazi ka-Ahabi yayingumkakhe; wenza okubi emehlweni kaJehova.


UJehoshafati waba mkhulu kakhulu; wakha izinqaba nemizi yengcebo kwaJuda.


Ngakho uJehova wawuqinisa umbuso esandleni sakhe; wonke uJuda waletha izipho kuJehoshafati; wayenengcebo nodumo ngokuchichimayo.


Lapho izinduna zezinqola zibona uJehoshafati zathi: “Lo uyinkosi yakwa-Israyeli.” Bamhaqa ukulwa, kepha uJehoshafati wakhala, uJehova wamsiza; uNkulunkulu wabancenga ukuthi basuke kuye.


UJehu, indodana kaHanani, umboni, waphuma ukumhlangabeza, wathi enkosini uJehoshafati: “Kumelwe usize ababi, uthande labo abazonda uJehova na?” ngalokho intukuthelo yehlela phezu kwakho ivela ebusweni bukaJehova.


Ngasemuva uJehoshafati inkosi yakwaJuda wazihlanganisa no-Ahaziya inkosi yakwa-Israyeli owenza okubi kakhulu.


Wahamba ngendlela yamakhosi akwa-Israyeli njengokwenza kwendlu ka-Ahabi, ngokuba wayenendodakazi ka-Ahabi engumkakhe; wenza okubi emehlweni kaJehova.


Kodwa funani kuqala umbuso kaNkulunkulu lokulunga kwakhe; futhi zonke lezi zinto ziyakwenezelwa nina.


Maningaboshelwa ejokeni linye nabangakholwayo; ngokuba kunakuhlanganyela kuni ukulunga nokungalungi na? Kunakuhlanganyela kuni ukukhanya nobumnyama na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ