Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 17:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wamisa impi emizini yonke ebiyelweyo yakwaJuda, wamisa amakhanda ezweni lakwaJuda nasemizini yakwa-Efrayimi u-Asa uyise ayithathileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Wabeka amabutho emizini yonke ebiyelweyo yakwaJuda, wabeka amakhanda ezweni lakwaJuda, nasemizini yakwa-Efrayimi u-Asa uyise ayithathileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Wakanisa impi kuyo yonke imizi yakwaJuda ebiyelweyo, wabeka amabutho kwaJuda nasemizini yakwa-Efrayimi eyayinqotshwe nguyise u-Asa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 17:2
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

URehobowamu wahlala eJerusalema, wakha imizi eyinqaba kwaJuda.


U-Abiya wamxosha uJerobowamu, wathatha kuye imizi: iBethele namadlelo ayo, neJeshana namagxamesi ayo, ne-Efrayin namadlelo ayo.


Kwathi u-Asa ezwa lawa mazwi nesiprofetho sika-Odedi umprofethi, waziqinisa, wasusa izithombe ezinengekayo ezweni lonke lakwaJuda noBenjamini, nasemizini ayeyithathile ezintabeni zakwa-Efrayimi, wayivuselela, walisusa i-altare. KaJehova owayephambi kompheme kaJehova.


Bakhonza inkosi, ngaphandle kwalabo inkosi eyayibabekile emizini ebiyelweyo kulo lonke elakwaJuda.


UJehova wayenaye uJehoshafati, ngokuba wahamba ngezindlela zokuqala zikayise uDavide, akabafunanga oBali;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ