Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 17:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Bakhonza inkosi, ngaphandle kwalabo inkosi eyayibabekile emizini ebiyelweyo kulo lonke elakwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Yilabo ababekhonza inkosi ngaphandle kwalabo inkosi eyababeka emizini ebiyelweyo kulo lonke lakwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Yilaba-ke ababekhonza inkosi, ngaphandle kwalabo inkosi eyayibabeke emizini ebiyelweyo eyayikulo lonke elakwaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 17:19
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Emizini yonke wabeka izihlangu nemikhonto, wakwenza kwaba namandla kakhulu, uJuda noBenjamini beseduze kwakhe.


Wenza ngokuhlakanipha, wabahlakazela bonke abantwana bakhe emazweni onke akwaJuda nakwaBenjamini, emizini yonke ebiyelweyo; wabanika ukudla okuningi. Futhi wafisa abesifazane abaningi.


UJehoshafati waba mkhulu kakhulu; wakha izinqaba nemizi yengcebo kwaJuda.


Eceleni kwakhe kwakukhona uJozabadi, futhi kanye naye abayizinkulungwane eziyikhulu namashumi ayisishiyagalombili abahlomele impi.


Wamisa impi emizini yonke ebiyelweyo yakwaJuda, wamisa amakhanda ezweni lakwaJuda nasemizini yakwa-Efrayimi u-Asa uyise ayithathileyo.


Emva kwalokho wakha ugange ngaphandle komuzi kaDavide ngasentshonalanga kweGihoni esigodini kwaze kwaba sekungeneni kweSango Lezinhlanzi, walihaqa i-Ofeli, waliphakamisa kakhulu. Kuyo yonke imizi ebiyelweyo yakwaJuda.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ