Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 17:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 UJehoshafati indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe, wamqinisa ngokumelene no-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UJehoshafati indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe, waziqinisa ukulwa no-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 UJehoshafathi, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe, waziqinisa ukuba alwe no-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 17:1
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Asa wayeselala koyise, wembelwa koyise emzini kaDavide uyise; uJehoshafati indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


UJehoshafati indodana ka-Asa waqala ukubusa kwaJuda ngomnyaka wesine ka-Ahabi inkosi yakwa-Israyeli.


Wafa njengezwi likaJehova alikhulumayo u-Eliya. UJoramu wasesiba yinkosi esikhundleni sakhe ngomnyaka wesibili kaJoramu indodana kaJehoshafathi inkosi yakoJuda; ngoba wayengelandodana.


Laba babe yizinhloko zamaqhawe uDavide ayenazo, aziqinisa naye embusweni wakhe kanye no-Israyeli wonke ukumbeka inkosi njengezwi likaJehova ngo-Israyeli.


Lapho uRehobowamu ebuqinisa ubukhosi, eziqinisa, washiya umthetho kaJehova, no-Israyeli wonke kanye naye.


Wamisa impi emizini yonke ebiyelweyo yakwaJuda, wamisa amakhanda ezweni lakwaJuda nasemizini yakwa-Efrayimi u-Asa uyise ayithathileyo.


Abantwana bakwa-Amoni bamnika u-Uziya izipho; igama lakhe laphumela ekungeneni kwaseGibithe; ngoba waziqinisa kakhulu.


Waziqinisa, wakha ugange lonke olwaludiliziwe, waluphakamisa kwaze kwaba semibhoshongweni nolunye ugange ngaphesheya, wabuyisela iMilo emzini kaDavide, wenza imicibisholo nezihlangu ukuba zibe ziningi.


Inkosi iyolila, nesikhulu siyokwembatha incithakalo, nezandla zabantu bezwe ziyokwesaba; bazakwazi ukuthi nginguJehova.


U-Asa wazala uJehoshafati; uJehoshafati wazala uJoramu; uJoramu wazala u-Oziya;


Elokugcina, bazalwane bami, qinani eNkosini nasemandleni akhe amakhulu.


UJonathani indodana kaSawule wasuka waya kuDavide ehlathini, waqinisa isandla sakhe kuNkulunkulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ