Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 16:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 UBenihadadi wayilalela inkosi u-Asa, wathuma izinduna zempi yakhe ukuba zihlasele imizi yakwa-Israyeli; banqoba i-Ijoni, neDani, ne-Abela-Mayimi, nayo yonke imizi yemizi yakwaNafetali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 UBeni Hadadi wayilalela inkosi u-Asa, wathuma izinduna zempi yakhe ukuba zihlasele imizi yakwa-Israyeli; zanqoba i-Ijoni, neDani, ne-Abela Mayimi, nayo yonke imizi yokubekelela yakwaNafetali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 UBheni Hadadi wayilalela inkosi u-Asa, wathumela abakhuzi bempi yakhe, bahlasela imizi yakwa-Israyeli. Banqoba i-Ijoni, iDani, i-Abhela Mayimi, nayo yonke imizi yakwaNafethali, eyayiyizinqolobane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 16:4
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Abrama esezwile ukuthi umfowabo ubotshiwe, wawahlomisa amadoda akhe aqeqeshiweyo, azalelwe endlini yakhe, amakhulu amathathu neshumi nesishiyagalombili, wabaxosha kwaze kwaba kwaDan.


UBeni Hadadi wayilalela inkosi u-Asa, wathuma izinduna zempi ayenazo ukulwa nemizi yakwa-Israyeli, wachitha i-Ijoni, neDani, ne-Abela Beti Mahaga, nayo yonke iShineroti, nalo lonke izwe lakwaNafetali.


nayo yonke imizi yokugcina izimpahla uSolomoni ayenayo, nemizi yezinqola zakhe, nemizi yabamahhashi bakhe, uSolomoni ayethanda ukuyakha eJerusalema, naseLebanoni, nakulo lonke izwe lombuso wakhe.


Inkosi yase-Asiriya yamlalela, ngokuba inkosi yase-Asiriya yakhuphukela eDamaseku, yalithatha, yathumbela abantu bayo eKiri, yambulala uResini.


Kukhona isivumelwano phakathi kwami nawe, njengoba sasikhona phakathi kukababa noyihlo; bheka, ngiyakuthuma isiliva negolide; hamba, waphule isivumelwano sakho noBahasha, inkosi yakwa-Israyeli, ukuze asuke kimi.


UBhesha esezwile lokho wayeka ukwakha iRama, wawuyeka umsebenzi wakhe.


UJehoshafati waba mkhulu kakhulu; wakha izinqaba nemizi yengcebo kwaJuda.


neBhahalati nayo yonke imizi yokugcina impahla uSolomoni ayenayo, nayo yonke imizi yempi, nemizi yabamahhashi, nakho konke uSolomoni ayethanda ukukwakha eJerusalema, naseLebanoni, nakulo lonke izwe lombuso wakhe.


Ngakho babeka phezu kwabo abaphathi bezisebenzi ukuze babacindezele ngemithwalo yabo. Bamakhela imizi eyingcebo uFaro, nePitomu, neRamesesi.


Nokho, ubumnyama abuyikuba njengokucasuka kwayo, lapho eqala ukuhlupha izwe lakwaZebuloni nezwe lakwaNafetali, kamuva walihlupha kakhulu endleleni yolwandle, ngaphesheya kweJordani, eGalile labezizwe.


Ngokuba ukuthanda imali kuyimpande yakho konke okubi, okuthe abanye ngokuyifisa baduka ekukholweni, bazigwaza ngeminjunju eminingi.


abayishiyile indlela eqondileyo baduka belandela indlela kaBalami indodana kaBosori owathanda inkokhelo yokungalungi;


Base bephuma bonke abantwana bakwa-Israyeli, inhlangano yabuthana njengomuntu munye kusukela kwaDani kuze kube seBeri Sheba kanye nezwe lakwaGileyadi kuJehova eMispa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ