Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 16:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 U-Asa wagula ezinyaweni zakhe ngomnyaka wamashumi amathathu nesishiyagalolunye wokubusa kwakhe, isifo sakhe saba sikhulu kakhulu; kepha ekuguleni kwakhe akafunanga uJehova, kepha izinyanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngomnyaka wamashumi amathathu nesishiyagalolunye wokubusa kwakhe u-Asa waba nesifo ezinyaweni zakhe; isifo sakhe sasinzima kakhulu; kepha akafunanga uJehova esifweni sakhe, izinyanga zodwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 Kwathi ngonyaka wama-39 wokubusa kwakhe u-Asa, wahlaselwa yisifo ezinyaweni zakhe; isifo esasimphethe sasinzima kakhulu, kodwa akamfunanga uSimakade ngenxa yaso; waya ezinyangeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 16:12
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJosefa wayala izinceku zakhe, inyanga, ukuba zigqumise uyise ngomzimba;


Akabuzanga kuJehova; ngalokho wambulala, wabunikela ubukhosi kuDavide indodana kaJese.


U-Asa wayeselala koyise, wafa ngomnyaka wamashumi amane nanye wokubusa kwakhe.


Ngokuba amehlo kaJehova aqalaza emhlabeni wonke ukuba abe namandla ngenxa yalabo abanhliziyo yabo iphelele kuye. Kulokhu nenze ubuwula; ngalokho niyakuba nezimpi kusukela manje kuqhubeke.


Ngesikhathi sokucindezeleka kwakhe wabuye waphambuka kuJehova; yiyo leyo nkosi u-Ahazi.


Kepha nina ningamanga, ningodokotela abayize nonke;


Usho kanje uJehova, uthi: “Uqalekisiwe umuntu othemba kumuntu, enze inyama ibe yingalo yakhe, onhliziyo yakhe ifulathele uJehova.


Alikho ibhalsamu kwaGileyadi na? akekho udokotela lapho? Pho kungani impilo yendodakazi yabantu bami ingabuyiselwa?


Ngokuba ngokwahlulela enahlulela ngakho nani niyakwahlulelwa ngakho; nesilinganiso enilinganisa ngaso nani niyakulinganiselwa ngaso.


Kodwa uJesu ekuzwa wathi kubo: Abaphilileyo kabadingi melaphi, kodwa abagulayo.


UJesu ekuzwa wathi kubo: “Abaphilayo abamdingi umelaphi, kodwa abagulayo kuphela.


Esehlupheke ngokunengi kubelaphi abanengi, esechithe konke ayelakho, njalo engasizakalanga, kodwa kwaba kubi kakhulu;


Uyakhonza kini uLuka, udokotela othandekayo, noDema.


Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibayale; ngakho shisekela, uphenduke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ